Isiwasho Semali (Semali)
Nansi indlela yokwenza isiwasho senhlanhla noma futhi unma uthanda ungathi isiwasho semali yinto eyodwa efanayo. Kuyenzeka ke ngesinye isikhathi kube nomehluko omncane uma ngabe uzosihlanganiselwa ngumuntu osenza ngendlela ehlukile kodwa lana sizoveza indlela yokusenza sisebenze kukho kokubili.
Nazi ke izinto (ingredients) okwenza isiwasho semali noma senhlanhla
- wozawoza powder
- mkhando white
- shukela omnyama
- shukela omhlophe
- ujulwezinyosi
- maliyephepha ema 10 aw2
Uma usuqala ukusenza uhlanganisa yonke lento uyifake ngokulinganga ufake 1spoon 1spoon bese ubilisa emanti ngeketela atsi angabila besotfola 2litr ibhodlela faka lenxube u add imali ekhanyayo ema R1 aw3 kugcwale ibhodlela fake nemali engamaphela njalo muzogeza shukuza lelobhodlela lakho ucele intlantla bese utsela i cup yaso siwasho sakho emantin wekugeta sengozwa ngaweke okunye